Zulu Translation - Adel Jaffer

Ayah by Ayah

Tags

Download Links

Zulu Translation - Adel Jaffer translation for Surah Az-Zumar — Ayah 8

39:8
۞ وَإِذَا مَسَّ ٱلۡإِنسَٰنَ ضُرّٞ دَعَا رَبَّهُۥ مُنِيبًا إِلَيۡهِ ثُمَّ إِذَا خَوَّلَهُۥ نِعۡمَةٗ مِّنۡهُ نَسِيَ مَا كَانَ يَدۡعُوٓاْ إِلَيۡهِ مِن قَبۡلُ وَجَعَلَ لِلَّهِ أَندَادٗا لِّيُضِلَّ عَن سَبِيلِهِۦۚ قُلۡ تَمَتَّعۡ بِكُفۡرِكَ قَلِيلًا إِنَّكَ مِنۡ أَصۡحَٰبِ ٱلنَّارِ ٨
Futhi uma umuntu ehlelwa ubunzima, ukukhuleka eNkosini yakhe ngokuzinikela kuYo, kepha uma isimuphe umusa ovela kuYo, uyakukhohlwa lokho ebekukhulekela bese eqokela u Allah izimbangi bese uyaduka endleleni yaKhe. Yithi: “Thokoza ngokungakholwa kwakho okwesikhashana, impela ungomunye wabayongena emlilweni”.

Changelog