Zulu Translation - Adel Jaffer

Ayah by Ayah

Tags

Download Links

Zulu Translation - Adel Jaffer translation for Surah Ghafir — Ayah 15

40:15
رَفِيعُ ٱلدَّرَجَٰتِ ذُو ٱلۡعَرۡشِ يُلۡقِي ٱلرُّوحَ مِنۡ أَمۡرِهِۦ عَلَىٰ مَن يَشَآءُ مِنۡ عِبَادِهِۦ لِيُنذِرَ يَوۡمَ ٱلتَّلَاقِ ١٥
Uphakamisa isigaba, uneSihlalo, wembulela ngokunquma kwaKhe kulowo amthandayo ezigqileni zaKhe ukuzwe axwayise ngoSuku lokuHlangana1.
Footnotes
  • [1] ngoSuku lokwaHlulela, indalo iyohlangana noMdali wayo, umuntu nezenzo zakhe, abantu basekuqaleni bayohlangana nabasekugcineni, izidalwa zasemazulwini ziyohlangana nezasemhlabeni, njalonjalo.

Changelog