Zulu Translation - Adel Jaffer

Ayah by Ayah

Tags

Download Links

Zulu Translation - Adel Jaffer translation for Surah Ghafir — Ayah 78

40:78
وَلَقَدۡ أَرۡسَلۡنَا رُسُلٗا مِّن قَبۡلِكَ مِنۡهُم مَّن قَصَصۡنَا عَلَيۡكَ وَمِنۡهُم مَّن لَّمۡ نَقۡصُصۡ عَلَيۡكَۗ وَمَا كَانَ لِرَسُولٍ أَن يَأۡتِيَ بِـَٔايَةٍ إِلَّا بِإِذۡنِ ٱللَّهِۚ فَإِذَا جَآءَ أَمۡرُ ٱللَّهِ قُضِيَ بِٱلۡحَقِّ وَخَسِرَ هُنَالِكَ ٱلۡمُبۡطِلُونَ ٧٨
Futhi impela sathumela iZithunywa ngaphambi kwakho; kunalezo esikulandisa ngazo kube nalezo esingakulandisanga ngazo. Futhi angeke iSithunywa silethe isibonakaliso ngaphandle kwemvumo ka Allah. Futhi kuyothi uma usufikile umyalelo ka Allah, kuyohlulelwa ngeqiniso, abanamanga bayolahlekelwa khona lapho.

Changelog