Zulu Translation - Adel Jaffer

Ayah by Ayah

Tags

Download Links

Zulu Translation - Adel Jaffer translation for Surah Fussilat — Ayah 25

41:25
۞ وَقَيَّضۡنَا لَهُمۡ قُرَنَآءَ فَزَيَّنُواْ لَهُم مَّا بَيۡنَ أَيۡدِيهِمۡ وَمَا خَلۡفَهُمۡ وَحَقَّ عَلَيۡهِمُ ٱلۡقَوۡلُ فِيٓ أُمَمٖ قَدۡ خَلَتۡ مِن قَبۡلِهِم مِّنَ ٱلۡجِنِّ وَٱلۡإِنسِۖ إِنَّهُمۡ كَانُواْ خَٰسِرِينَ ٢٥
Sabaqokela abalingani ababenzela kuhle lokhu okuphambi kwabo [impilo yasemhlabeni] nokusemuva kwabo [kwelizayo lapho besuka khona], futhi bafanelwa isinqumo esehlela izizwe ezibandulelayo zamajini1 nabantu; impela balahlekelwa.
Footnotes
  • [1] lokhu kucacisa ukuthi amajini njengabantu ayizizukulwane ezilandelanayo. Lokhu-ke kuchitha lomqondo wokuthi amajini wonke aphila izimpilo ezinde kunabantu. Ngaphandle kuka Ibilisi yena owazicelela ukuphila kuze kufike uSuku lokwaHlulela, wanikwa lokhu ngu Allah uqobo ukuze abe izivivinyo kubantu namajini.

Changelog