Zulu Translation - Adel Jaffer

Ayah by Ayah

Tags

Download Links

Zulu Translation - Adel Jaffer translation for Surah Muhammad — Ayah 4

47:4
فَإِذَا لَقِيتُمُ ٱلَّذِينَ كَفَرُواْ فَضَرۡبَ ٱلرِّقَابِ حَتَّىٰٓ إِذَآ أَثۡخَنتُمُوهُمۡ فَشُدُّواْ ٱلۡوَثَاقَ فَإِمَّا مَنَّۢا بَعۡدُ وَإِمَّا فِدَآءً حَتَّىٰ تَضَعَ ٱلۡحَرۡبُ أَوۡزَارَهَاۚ ذَٰلِكَۖ وَلَوۡ يَشَآءُ ٱللَّهُ لَٱنتَصَرَ مِنۡهُمۡ وَلَٰكِن لِّيَبۡلُوَاْ بَعۡضَكُم بِبَعۡضٖۗ وَٱلَّذِينَ قُتِلُواْ فِي سَبِيلِ ٱللَّهِ فَلَن يُضِلَّ أَعۡمَٰلَهُمۡ ٤
Uma nihlangana nalabo abangakholwa [empini], gencani imiqala, uma senibalimazile [baba buthaka] babopheni; ningabadedela mahala noma nibakhokhise inhlawulo kuze kuba impi iyaphela. Lowo [umyalelo]. Futhi ukube u Allah ubethanda ubezoqeda ngabo; kodwa bekungoba ufuna ukuvivinya abanye benu ngabanye. Futhi labo [abakholwayo] ababulawe endleleni ka Allah, izenzo zabo azisoze zachitheka.

Changelog