Zulu Translation - Adel Jaffer

Ayah by Ayah

Tags

Download Links

Zulu Translation - Adel Jaffer translation for Surah Al-Fath — Ayah 25

48:25
هُمُ ٱلَّذِينَ كَفَرُواْ وَصَدُّوكُمۡ عَنِ ٱلۡمَسۡجِدِ ٱلۡحَرَامِ وَٱلۡهَدۡيَ مَعۡكُوفًا أَن يَبۡلُغَ مَحِلَّهُۥۚ وَلَوۡلَا رِجَالٞ مُّؤۡمِنُونَ وَنِسَآءٞ مُّؤۡمِنَٰتٞ لَّمۡ تَعۡلَمُوهُمۡ أَن تَطَـُٔوهُمۡ فَتُصِيبَكُم مِّنۡهُم مَّعَرَّةُۢ بِغَيۡرِ عِلۡمٖۖ لِّيُدۡخِلَ ٱللَّهُ فِي رَحۡمَتِهِۦ مَن يَشَآءُۚ لَوۡ تَزَيَّلُواْ لَعَذَّبۡنَا ٱلَّذِينَ كَفَرُواْ مِنۡهُمۡ عَذَابًا أَلِيمًا ٢٥
Yibona kanye abangakholwa nabaninqabela ukungena eMasijidi Haramu kulapho umhlatshelo ulindele ukufinyelela endaweni yawo. Ukube kwakungekho ngenxa yamadoda nabafazi abakholwayo eningabazi ebeningahle nibanyathele, bese ningena empambukweni nasehlazweni ningazi – [unenze nabanqoba] ukuze angenise amthandayo emseni waKhe – futhi ukube babehlukaniseka, u Allah wayezobajezisa labo abangakholwa phakathi kwabo ngesijeziso esibuhlungu.

Changelog