Nina enikholwayo! Uma niyalelwa ukuthi; ‘vulani isikhala’ uma nihlezi, anibosivula, funa u Allah anivulele nani. Futhi uma niyalelwa ukuthi: ‘sukumani’ anibosukuma; u Allah uyobaphakamisa labo abakholwayo kini nalabo abaphiwe ulwazi izigaba ngezigaba.