Zulu Translation - Adel Jaffer

Ayah by Ayah

Tags

Download Links

Zulu Translation - Adel Jaffer translation for Surah Al-Mujadila — Ayah 22

58:22
لَّا تَجِدُ قَوۡمٗا يُؤۡمِنُونَ بِٱللَّهِ وَٱلۡيَوۡمِ ٱلۡأٓخِرِ يُوَآدُّونَ مَنۡ حَآدَّ ٱللَّهَ وَرَسُولَهُۥ وَلَوۡ كَانُوٓاْ ءَابَآءَهُمۡ أَوۡ أَبۡنَآءَهُمۡ أَوۡ إِخۡوَٰنَهُمۡ أَوۡ عَشِيرَتَهُمۡۚ أُوْلَٰٓئِكَ كَتَبَ فِي قُلُوبِهِمُ ٱلۡإِيمَٰنَ وَأَيَّدَهُم بِرُوحٖ مِّنۡهُۖ وَيُدۡخِلُهُمۡ جَنَّٰتٖ تَجۡرِي مِن تَحۡتِهَا ٱلۡأَنۡهَٰرُ خَٰلِدِينَ فِيهَاۚ رَضِيَ ٱللَّهُ عَنۡهُمۡ وَرَضُواْ عَنۡهُۚ أُوْلَٰٓئِكَ حِزۡبُ ٱللَّهِۚ أَلَآ إِنَّ حِزۡبَ ٱللَّهِ هُمُ ٱلۡمُفۡلِحُونَ ٢٢
Awusoze wathola abantu abakholwa ku Allah noSuku lokuGcina bethakasela labo abaphambana no Allah neSithunywa Sakhe, noma bengaba abazali babo noma izingane zabo noma abafowabo noma imindeni yabo. Laboke u Allah uzinzise ukholo ezinhlizweni zabo futhi wabaqinisa ngeRuhu evela Kuye. Kantike uyobabeka ezivandeni okugeleza ezansi kwazo imifula, bayohlala kuzo unaphakade. U Allah uyothokoza ngabo kanti nabo bayothokoza ngaYe. Yiboke labo abayibutho lika Allah, belu ibutho lika Allah yilona eliyophumelela.

Changelog