Zulu Translation - Adel Jaffer

Ayah by Ayah

Tags

Download Links

Zulu Translation - Adel Jaffer translation for Surah Al-Mumtahanah — Ayah 7

60:7
۞ عَسَى ٱللَّهُ أَن يَجۡعَلَ بَيۡنَكُمۡ وَبَيۡنَ ٱلَّذِينَ عَادَيۡتُم مِّنۡهُم مَّوَدَّةٗۚ وَٱللَّهُ قَدِيرٞۚ وَٱللَّهُ غَفُورٞ رَّحِيمٞ ٧
Maduzane nje u Allah uzokwenza kube nokuzwana1 phakathi kwenu nalabo enibazondayo. Bheka ngoba u Allah Unamandla futhi u Allah Uyathethelela Unesihawu.
Footnotes
  • [1] Ngokuba babe ngamaMuslimu baphenduke abafowenu nodadewenu okholweni.

Changelog