Zulu Translation - Adel Jaffer

Ayah by Ayah

Tags

Download Links

Zulu Translation - Adel Jaffer translation for Surah Al-Munafiqun — Ayah 4

63:4
۞ وَإِذَا رَأَيۡتَهُمۡ تُعۡجِبُكَ أَجۡسَامُهُمۡۖ وَإِن يَقُولُواْ تَسۡمَعۡ لِقَوۡلِهِمۡۖ كَأَنَّهُمۡ خُشُبٞ مُّسَنَّدَةٞۖ يَحۡسَبُونَ كُلَّ صَيۡحَةٍ عَلَيۡهِمۡۚ هُمُ ٱلۡعَدُوُّ فَٱحۡذَرۡهُمۡۚ قَٰتَلَهُمُ ٱللَّهُۖ أَنَّىٰ يُؤۡفَكُونَ ٤
Uma ubabona, imizimba yabo iyakumangaza kanti uma bekhuluma uyayilalela inkulumo yabo, bafana nezigxobo ezigxunyekiwe1. Bahlale becabanga ukuthi sonke isambulo singabo. Bayisitha uqobo, ngakhoke baqaphele. Engathi u Allah angabahlazisa, baphambukelephi.
Footnotes
  • [1] Abazenzisi lapho belalele izimfundiso zeSithunywa bavane bandwaze, kungene ngapha kuphume ngale, kuhle kwezigxobo, zona ezingezwa futhi aziqondi lutho.

Changelog