Zulu Translation - Adel Jaffer

Ayah by Ayah

Tags

Download Links

Zulu Translation - Adel Jaffer translation for Surah At-Talaq — Ayah 1

65:1
يَٰٓأَيُّهَا ٱلنَّبِيُّ إِذَا طَلَّقۡتُمُ ٱلنِّسَآءَ فَطَلِّقُوهُنَّ لِعِدَّتِهِنَّ وَأَحۡصُواْ ٱلۡعِدَّةَۖ وَٱتَّقُواْ ٱللَّهَ رَبَّكُمۡۖ لَا تُخۡرِجُوهُنَّ مِنۢ بُيُوتِهِنَّ وَلَا يَخۡرُجۡنَ إِلَّآ أَن يَأۡتِينَ بِفَٰحِشَةٖ مُّبَيِّنَةٖۚ وَتِلۡكَ حُدُودُ ٱللَّهِۚ وَمَن يَتَعَدَّ حُدُودَ ٱللَّهِ فَقَدۡ ظَلَمَ نَفۡسَهُۥۚ لَا تَدۡرِي لَعَلَّ ٱللَّهَ يُحۡدِثُ بَعۡدَ ذَٰلِكَ أَمۡرٗا ١
Sithunywa! Uma nehlukanisa nabafazi; hlukanisani nabo ngesikhathi sabo sokuzithiba futhi nisibale kahle isikhathi sokuzithiba. Nithobele u Allah iNkosi yenu; ningabaxoshi emzini yabo futhi nabo bangaphumi, ngaphandle nje uma begila amanyala. Leyoke imiyalelo ka Allah; lowo ophula imiyalelo ka Allah impela uyazilulaza. Belu awazi mhlawumbe u Allah kukhona angakwenza emuva kalokho.

Changelog