Zulu Translation - Adel Jaffer

Ayah by Ayah

Tags

Download Links

Zulu Translation - Adel Jaffer translation for Surah Al-Qalam — Ayah 42

68:42
يَوۡمَ يُكۡشَفُ عَن سَاقٖ وَيُدۡعَوۡنَ إِلَى ٱلسُّجُودِ فَلَا يَسۡتَطِيعُونَ ٤٢
Ngosuku lapho kuyovezwa Umbala bese bebizwa ukuba bakhothame bawe ngobuso, kepha bayohluleka1.
Footnotes
  • [1] Isithunywa uMuhamadi wathi: “(ngoSuku lokwahlulela, iNkosi yethu iyoveza Isitho saYo, bonke abakholwayo abesilisa nabesimame bayokhothama bawe ngobuso; bayosala labo ababekhothama ukubukisa nokuziqhayisa, bayothi bazama ukukhothama umhalane uvele uqine ungagobi.” [Bhukari no Musilimu]

Changelog